2 Kwabasekorinte 8:3-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. ngokuba ngokwawo anikela njengamandla awo, yebo, ngiyafakaza ngithi, nangaphezu kwamandla awo;

4. asinxusa kakhulu ecela umusa wokuhlanganyela ekukhonzeni abangcwele;

5. futhi akubanga njengokwethemba kwethu kuphela, kepha bazinikela bona uqobo kuqala eNkosini nakithi futhi ngentando kaNkulunkulu,

2 Kwabasekorinte 8