2 Kuthimothewu 4:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. U-Erastu wasala eKorinte, kepha uTrofimu ngamshiya eMilethu egula.

21. Shesha ufike, kungakangeni ubusika. Bakhonza kuwe o-Evubulu, noPhude, noLinu, noKlawudiya, nabo bonke abazalwane.

22. INkosi mayibe nomoya wakho. Umusa mawube nani.

2 Kuthimothewu 4