2 Izikronike 35:26-27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Ezinye izindaba zikaJosiya, nezenzo zakhe ezinhle njengokulotshiweyo emthethweni kaJehova,

27. nezindaba zakhe, ezokuqala nezokugcina, bheka, zilotshiwe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli nakwaJuda.

2 Izikronike 35