2 Izikronike 12:14-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

14. Wenza okubi, ngokuba akabhekisanga inhliziyo yakhe ukumfuna uJehova.

15. Izindaba zikaRehobowamu, ezokuqala nezokugcina, angithi zilotshiwe ezindabeni zikaShemaya umprofethi nezika-Ido umboni, zibhalwe ngezizukulwane, na? Kwakukhona njalo ukulwa phakathi kukaRehobowamu noJerobowamu.

16. URehobowamu wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide; u-Abiya indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.

2 Izikronike 12