1 Kwabasekorinte 15:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kepha, bazalwane, ngiyanikhumbuza ivangeli enganishumayeza lona nenalamukelayo nenimi kulo,

2. nenisindiswa ngalo, nxa nibambelela ezwini enganishumayeza lona, uma kambe ukukholwa kwenu kungabanga yize.

1 Kwabasekorinte 15