1 Kuthimothewu 3:15-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. kepha uma ngilibala, khona uyakwazi ukuthi kumelwe ukuba abantu bahambe kanjani endlini kaNkulunkulu eyibandla likaNkulunkulu ophilayo, insika nesisekelo seqiniso.

16. Kuvunyiwe ukuthi inkulu imfihlakalo yokukhonza uNkulunkulu yokuthi:Owabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni,wabonwa yizingelosi, washunyayelwa ezizweni,wakholeka ezweni, waphakanyiselwa enkazimulweni.

1 Kuthimothewu 3