1 Izikronike 5:12-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. ngoJoweli inhloko, noShafamu owesibili, noJahanayi, noShafati eBashani;

13. nabafowabo ngezindlu zawoyise: ngoMikayeli, noMeshulamu, noSheba, noJorayi, noJakani, noZiya, no-Ebere, beyisikhombisa.

14. Labo babe ngamadodana ka-Abihayili kaHuri kaJarowa kaGileyadi kaMikayeli kaJeshishayi kaJahido kaBuzi;

15. u-Ahi ka-Abidiyeli kaGuni wayeyinhloko yezindlu zawoyise.

1 Izikronike 5