1 Izikronike 3:17-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Amadodana kaJekoniya umthunjwa: ngoSheyalitiyeli indodana yakhe,

18. noMalikiramu, noPhedaya, noShenasari, noJekamiya, noHoshama, noNedabiya.

19. Amadodana kaPhedaya: ngoZerubabele noShimeyi; amadodana kaZerubabele: ngoMeshulamu noHananiya uShelomiti wayengudadewabo

20. noHashuba, no-Oheli, noBerekiya, noHasadiya, noJushabi Hesedi, beyisihlanu.

1 Izikronike 3