1 Izikronike 2:41-43 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

41. uShalumi wazala uJekamiya; uJekamiya wazala u-Elishama.

42. Amadodana kaKalebi umfowabo kaJerameli: nguMesha izibulo lakhe, owayenguyise kaZifi, namadodana kaMaresha, uyise kaHebroni.

43. Amadodana kaHebroni: ngoKora, noTaphuwa, noRekemi, noShema.

1 Izikronike 2