1 Izikronike 2:35-39 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

35. USheshani wanika uJariha inceku yakhe indodakazi yakhe ibe ngumkakhe; wamzalela u-Athayi.

36. U-Athayi wazala uNathani; uNathani wazala uZabadi;

37. uZabadi wazala u-Efilali; u-Efilali wazala u-Obede;

38. u-Obede wazala uJehu; uJehu wazala u-Azariya;

39. u-Azariya wazala uHelesi; uHelesi wazala u-Eleyasa;

1 Izikronike 2