1 Izikronike 2:27-31 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

27. Amadodana kaRamu, izibulo likaJerameli, ayengoMahasi, noJamini, no-Ekheri.

28. Amadodana ka-Onamu ayengoShamayi noJada; amadodana kaShamayi: ngoNadabi no-Abishuri.

29. Igama lomka-Abishuri lalingu-Abihayili; wamzalela o-Ahibani noMolidi.

30. Amadodana kaNadabi: ngoSeledi no-Aphayimi; kepha uSeledi wafa engenabantwana.

31. Amadodana ka-Aphayimi: ngu-Ishi; amadodana ka-Ishi: nguSheshani; amadodana kaSheshani: ngu-Ahilayi.

1 Izikronike 2