1 Izikronike 11:25-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

25. Bheka, wayetusekile kunabangamashumi amathathu, kepha akafinyelelanga kwabathathu bokuqala; uDavide wambeka phezu kwabalindi bakhe.

26. Amaqhawe anamandla nanka: u-Asaheli umfowabo kaJowabe, no-Elihanani indodana kaDodo waseBetlehema,

27. noShamoti waseHarori, noHelesi wasePheloni,

28. no-Ira indodana ka-Ikheshi waseThekhowa, no-Abiyezeri wase-Anathoti,

1 Izikronike 11