1 Izikronike 1:10-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. UKushe wazala uNimrode; yena waqala ukuba ngonamandla emhlabeni.

11. UMisirayimi wazala amaLudi, nama-Anami, namaLehabi, namaNafetuhi,

12. namaPatrusi, namaKasuluhi, lapho kwavela khona amaFilisti, namaKafitori.

13. UKhanani wazala uSidoni, izibulo lakhe, noHeti,

14. namaJebusi, nama-Amori, namaGirigashi,

15. namaHivi, nama-Arki, namaSini,

1 Izikronike 1